Amazwi abhalwe ngokugqamile akhombisa okukhishiwe kumthetho omisiwe okhona.
Amazwi adwetshelwe ngomugqa ogqamile akhombisa okufakiwe kumthetho omisiwe okhona.
Ukwakha uhlaka lukaZwelonke lokulawula imboni enikezela ngogesi, ukwakha Umlawuli Wamandla Kazwelonke, umgcini nomqhubi wohlaka lokulawula ugesi kuzwelonke; ukunikeza amalayisense nokubhalisa njengendlela yokuthi isizukulwane, ukuthumela, ukusakaza, ukuhweba nokwamukela nokuthumela ugesi kulawulwe; kanye nokunikeza izinto ezithintene nakho.
ukudlulisa kusho ukuhanjiswa kukagesi ngokusebenzisa uhlelo lokuhambisa, kanye nokuhambisa nokuhanjisiwe n okunemiqondo ehambisanayo.
NoMthetho ofaka imitheshwana noma imiyalo eyenziwe noma enikezwa ngokuphathelene nawo.
e ukuqhubekisa ukusetshenziswa kwemithombo nokusebenza ngokusebenzayo kukagesi f ukuqhubekisa ukuncintisana kanye nokhetho lwamakhasimende; kanye g nokuhambisa ukulinganiswa okuhle ngaphakathi kothando lwamakhasimende, abanini malayisense, abazalisi ezimbonini zokunikeza ugesi kanye nomphakathi.
Umlinganisi Wamandla Kagesi emiswe yisigaba se-3 Somthetho Wokulinganisa Amandla kagesi ngumgcini kanye nomphoqeleli wohlaka olunikezwe kulo Mthetho.
ukuthola noma ukuqasha impahla egxilisiwe nesuswa noma ilahlwe ukuze yenze imisebenzi yayo; kanye iv ukwenza noma yisiphi isenzo enobungozi kumisebenzi yabo.
Umlinganisi angamisa amakomiti aqukethe amalungu amaningi Omlinganisi, abaqashwa Bomlinganuisi kanye nabanye abantu njengoba kudingeka ukuthi beluleke jikelele Umlinganisi noma ngodaba oluthile.
Umlinganisi angamisa amaforamu abathengi nabathengisi aqukethe amalungu amaningi kakhulu Omlinganisi, abaqashwa Bomlinganisi kanye nezingxeye zamakhasimende nabathengi njengoba kudingeka ukweluleka Umlinganisi ngezindaba eziphathelene namakhasimende noma abathengi jikelele, noma ingxenye yamakhasimende noma abathengi ngokucacile.
Umlinganisi kumele adinge ilayisense lokumisa nokunikeza imali kukhasimende noma iforamu yabathengi ngendlela ebekwe ngayo kulayisense ephethwe ngumuntu onjalo.
Ngaphandle kokunaka isigaba esingaphansi 1, umuntu ozibandakanya emsebenzini ocacile kuSheduli ye-II odinga ukufaka izicelo noma zinelayisense enikezwe nguMlinganisi a Akukho okuthile kulo Mthetho okungafaki ongaba ngumnini layisense ekuxoxeni ukwakhiwa nokusesthenziswa kwemisebenzi yokuveza, ukudlulisa kanye nokunikezela okucatshangiwe, ukungeniswa nokukhishwa kukagesi, ukuthengisa, noma yimuphi umsebenzi ophathelene nako, ngaphambi kokugcwalisa isicelo selayisense kuMlinganisi.
bUmlinganisi kumele anikeze ofake isicelo ocatshangwe esigabeni sikaa ngalo lonke ulwazi oludingekayo ukuhambisa ukufakwa kwezicelo zelayisense.
Asikho isicelo solwazi oluqhubekayo, ukwazisa noma izingxoxo ezithintekayo esigatshaneni sesi-3 okungenzeka ukuthi ziguqulwe njengezifaka noma yiliphi ilungelo noma okulindelwe kofaka isicelo.
UNgqongqoshe angakwazi emuva kokuxhumana noMlinganisa, okutholwa ngolwazi kuGazethi kunoma yimuphi umsebenzi esigabeni se-8 okungamela ube nelayisense ukusuka ngosuku olubekwe kulesi saziso.
Ungqongqoshe angakwazi emuva kokuxhumana noMlinganisi, ukuthola ngesaziso kuGazethi kunoma yimuphi umuntu obandakanyekayo kulo msebenzi wokuthengisa noma ukuveza, ukudlulisa noma ukunikeza ugesi okungadingi ilayisense ngokulandela isigaba se-8 kumele kubhaliswe kuMlinganisi.
Noma yimuphi umuntu okumele azibhalise kuMlinganisi kumele enze njalo ngohlobo kanye nangokulandela izinqubo ezibekiwe, kanye nesicelo esibekiwe okumele sihambisane nezinkokhelo zokuzibhalisa ezibekiwe: uma nje noma yimuphi umuntu onelayisense ngosuku lokubeka olucatshangiwe esigabeni se-9 okumele inikezwe nesitifiketi sokubhalisa ngaphandle kokulandela izinqubo ezibekiwe a Emva kokuthola isicelo ngokulandela umthetho wesigatshana se-2 Umlinganisi kumele ukusuka lapho abhalise ocelayo ambhalisele imisebenzi ebekwe kusitifiketi sokuzibhalisa esizokunikezwa umuntu onje.
i uma isicelo singenziwanga ngesikhathi esibekiwe noma singahambi nenkokhelo yokuzibhalisa ebekiwe; noma ii uma isicelo siphikisana nesinhloso zalo mthetho.
g ubufakazi bokulandele uhlelo lokuhlanganisa amandla afanele kulelo phuzo ngaleso sikhathi; kanye h neminye iminingwane yoNgqongqoshe njengoba kubekiwe.
a UNgqongqoshe kumele achaze izidingo okumele zilandelwe ngabacelayo ngaphambi kokuba uMlinganisi abheke isicelo selayisense.
Uma ilayisense icelwa kumlinganisi kumele idinge ukuthi ocelayio azise isicelo ephephandabeni elifanele noma ezokuxhumana ezifanele ezihamba endaweni yokumiswa kwemiseebnzi kokungenani izilimi ezimbili ezisemthethweni.
a kumele anikeze ocelayo konke ukweseka ukuze avumele ocelayo ukuthi aphendule kuloku; kanye b angafaka isicelo ulwazi olwengeziwe njengoba kungadingeka ukuthi ubheke isicelo ngemfanelo.
a ukusestenziswa kokuveza, ukudlulisa kanye nemisebenzi yokunikezela b ukungenisa nokukhipha ezweni ugesi; noma c ukuthengisa.
Umlinganisi akaphoqelekile ukusebenzisa ilayisense futhi kumele akhiphe ilayisense eyodwa kuphela kofake isicelo oyedwa kumisebenzi ecatshangwe esigatshaneni se-3.
y isikhathi okuphakathi kwaso kumele kube nokusesthenziswa; kanye z nanoma yisiphi esinye isimo esichaziwe.
Umlinganisi angakwazi njengengxenye yesimo selayisesne esiphoqelelwe ngaphansi kwesigatshana - 1 avimbela ophethe ilayisense ekwenzeni noma aphoqelele ophethe ilayisense kunoma yisisphi isenzo esibekwe kwilayisense enje.
Ophethe ilayisenese akakwazi ukubiza noma yiyiphi itherifu kukhasimende nokusebenzisa imibandela kuzivumelwano eziholwa noma ezibekwa nguMlinganisi njengengxenye yezimo zamalayisense.
UNgqongqoshe kumele achaze inqubo okumele ilandelwe ekwehlukeni, ekuhoxiseni okwesikhashana, ekususeni noma ekufakeni noma yisiphi isimo selayisense.
c omunye umuntu efisa ngokubonisa ukuthi uyakwazi ukuthatha amalungelo kanye namagunya alowo mphathi layiosense ngokuhambisana nezidingo zalo Mthetho, futhi ilayisense entsha inikezwa umuntu onjena; noma d isimo selayisense singalandelwanga.
Ophethe ilayisense kumele kuzimo ezicatshangwe esigatshaneni so-1a kanye no-b, anikeze uMlinganisi isaziso okungenani sezinyanga eziyi-12 ngokubhala ngokuzimisela kwakhe ukumisa imisebenzi, ngaphandle kokuthi uMlinganisi abeke ngenye indlela.
Uma kukhona izinsolo zokuthi ophethe ilayisense akalandeli noma wehlulekile ukulandela umthetho, izimo nanoma yiyiphi imibandela yalo Mthetho, uMlinganisi angahlala ebandleni ukuthatha isinqumo salezo zinsolo.
Uma kunezinsolo zokuthi ophethe ilayisense akalandelanga nesaziso ngokubhekene nesigatshana se-2 uMlinganisi angahlala nebandla ukuthatha isinqumo salezo zinsolo.
Uma ibandla lithola ukuthi izinsolo eziphathekayio ngaphansi kwesigatshana se-3 ziyiqiniso angamhlawulisa inhlawulo engedluli ku-R2 000 000,00 ngosuku ngalunye uma kuqhubeka loku kungalandeli umthetho.
Umlinganisi kumele anake ukungalandeli ukuthatha isinqumo senhlawulo noma yiyiphi.
UNgqongqoshe angazisa ngezikhathi ezithile ngesaziso kuGazethi aguqule isamba esithintekayo esigatshananeni esiku 2 ukuze aphikisane ne-inflesheni.
Umlinganisi angakwazi ukufaka isicelo Enkantolo Ephezulu ngesicelo nomangokudlulisa amazwi acele umyalelo wokuhoxisa okwesikhashana noma ukumiosa ilayisense uma oyiphethe ehluleka ukwenza imisebenzi anikezwe ilayisense yokuyenza.
Inkantolo okwenziwe kuyo isicelo yenziwe ngaphansi kwesigatshana so-1 inganikeza noma yenqatshelwe futhi ingenza umyalelo onje njengezindleko kanye nokokugcina izinsiza zelayisense njengoba ingathathwa njengefanele.
Isimo esiphathelene nesikhathi sesiqiso selayisense asikwazi ukuguqulwa futhi onelayisense ofisa ukuqhubeka noma ukuzibandakanya kunoma yimuphi imsebenzi ochazwe kulayisense kumele afake isicelo selayisense entsha ngaphambi kokuba kleyo layisense iphelelwe yisikhathi.
Umlinganisis angakwazi, uma ngabe ukwenziwa kabusha akusoze kwathelela amalungelo akhona anoma yimuphi umuntu ngaleso sikhathi, anikeze imvume yokwehluka okunje kusicelo selayisense esibekiwe nenqubo njengoba ingafunyanwa.
Ilayisense enikezwe ngokulandela uMthetho inikeza onelayisense amandla ukuthi awasebenzise enze imisebenzi ekulayisense kanye nakulo Mthetho, ngakhke akekho onelayisense ongadlulisa noma enzise abanye nanoma yimaph amandla noma umsebenzi kunoma yimuphi umuntu ngaphambi kwemvume yoMlinganisi.
d amalungelo namagunya abasebsenzisi abakhona nabasha ngokuphathelene nokusetshenziswa kwezinhlelo zamandla ezinje e ukulandela noma yimuphi umyalelo, ikhodi noma ukwenza nguMlinganisi; noma f izinkokhelo ezingabizwa ngonelayisense ngokusebenzisa uhlelo lwamandla olunje.
a ikhasimende idliwe amafa b ikhasimende yehlulekile ukuhlonipha, noma yenqaba ukungena kusivumelwano sokunikeza ugesi; noma c ikhasimende lephule isivunelwano sokukhokha kwaloyo onelayisense.
Onelayisense kumele alandele imibandela YoMthetho Wamanzi Kazwelonke, ka-1998(Umthetho WeNo.36 ka-1998) ngokusebenzisa imithombo yamanzi ekusebeniseni amandla ako enza imisebenzi kunoma yiyiphi ilayisense enikezwe ngokulandela lo Mthetho.
Noma yiyiphi impahla yonelayisense yakhiwa ngokusemthethweni, yamiswa, yasesthenziswa, yafakwa noma yagxiliswa kunoma yimuphi umhlaba noma indawo yokusebenzela engeyona yonelayisense, iba yimpahla yonelayisense kungabhekwa iphuzu lokuthi impahla enjalo kungaba ngewuhlobo olugxiliswe unomphelo.
Onelayisense angazena lezi zinto futhi ngokuhambisana nezindlela nezitaladi nangokuhambisana nengqalasizinda ngokuhambisana nokuqhutshwayo kumisebenzi enelayisense b noma yimuphi umsebenzi ocatshangiwe kusigaba a kumele yenzi we ngokuhambisana namalungelo okuhlola ngokwezihlelo, izndlela noma ukuchaza kwesiphathimandla noma umuntu ophethe leso sitiladi, ngaphandle uma kunesimo esisheshayo noma isiphathimandla esiphathekayo sehluleka nomasenqaba ukusebenzisana nonelayisense.
b iqede imisebenzi yayo ngesikhathi esifanelekile; kanye c nokulungisa noma yikuphi ukumosakala okwenzekile nokukhokhela umuntu loyo noma isiphathimandla esiphethe lowo mgwaqo noma isitaladi kunoma yikuphi ukumosakala okwenzekile.
Akukho lutho kulesi sigaba okungathathwa njengokunikeza onelayisense amalungelo angenawo ngaleso sikhathi ngokuhambisana nelayisense, noma ukuchithwa kwelayisense m kunoma yiliphi icala ngokulahlekelwa, ukumosakalelwa okubangwa ukwenza budedengu.
Ngenhloso yalesi sigaba 'isitaladi' sifaka noma yisiphi iikwele noma indwe evalekile yomphkakathi ebekwa ngaphansi kokuphatha noma ukunakekela okubhekiswe kunoma yimuphi umuntu noma isiphathimandla.
Kunoma yiliphi icala ngokuphathelene nonelayisense elivela ngenxa yokumosakala nokulimala okubangwa ukufakwa noma I-elekhrolayisisi noma nganoma yiyipghi indlela ngogesi oveziwe, odlulisiwe noma onikezelwe ngonelayisense, ukulimala okunje noma ukumosakala kuthathwa ukuthi kubangelwe ukwenza budedengu konelayisense, ngaphandle kokuba uma kunobufakazi obuphikisana naloku.
Umbuso ungakwazi, ukuze uhambise ukufinyelelwa kwezinhloso kwalo Mthetho, uphange ngokomthetho umhlaba, noma yinoma yiliphi ilungelo elingaphakathi, ngaphezu noma ekuhlonipheni umhlaba, ngokwenzela onelayisense ngokulandela isigana se-25 Somthethosisekelo kanye nesigaba se-2 somthetho Wokuphanga Ngokomthetho, ka-1975 (Umthetho WeNo.63 ka-1975).
UNgqongqoshe kumele azise inqubo okumele ilandelwe ekunikezeni imbangela kusigatshana so-1.
a onelayisense engakwazi ukuthola umhlaba noma ilungelo lokungena, ngaphezu noma ngokuphathelene nomhlaba onje ngesivumelwano nomnikazi; kanye b nomhlaba noma yinoma yiliphi ilungelo lokungena, ngaphezu noma ngokuphathelene nomhlaba onjena ngokufanelekile okudingwa ngonelayisense kumisebenzi ezokukhuphula ingqalasizinda kagesi kuthando lukazwelonke.
Umlinganis kumele ngokucela kwabantu kukuxabana, enze njengomlamuli noma alungise izingxabano ngaphakathi kwabanamalayisense, noma ngaphakathi kophethe ilayisense noma umuntu ozibhalisile nekhasimende lakhe, noma ngaphakathi kwanoma yimuphi umuntu ovezayo, odlulisayo, nonikezela noma othengisayo futhi eyikhasimende(kungabhekwa ukuthi umuntu onje kungenzeka angabi ngonelayisense), ngokuphathelene nanoma yiluphi udaba olucatshangwe kulo mthetho.
Umlinganisi angakhetha umuntu ofanele ukuthi aseebnze njengolamuli noma olungisa izingxabano ngokokwayo bese kuthi noma yisiphi isehlakalo noma isinqumo somuntu omiswe njalo kuthathwa njengesenzo noma isinwumo soMlinganisi.
Unqgongqoshe kumele abonise inqubo okumele ilandelwe ekulamuleni nasekuqedeni izingxabano kanye nezinkokhelo okumele zikhokhwe.
ukulanyulwa kwengxabano ngokulandela lesi sigaba kwenziwa emuva kokucela kwabantu kukulwa kanye nokungabi nesinqumo soMlinganisi noma umunto ocatshangwe esigatshananeni se2 esithathwe kukhosi yenqubo kumele kuthathwe njengesinqumo esicatshangwe esigatshananeni se-!03 noma 4 Somthetho Wokulinganisa Amandla Kazwelonke.
Isigaba se-10 Somthetho Wokulinganisa Amandla Kazwelonke sisho noma yisiphi isinqumo soMlinganisi ezithethwe ngokulandela lo Mthetho, ngaphandle kwalapho lo mthetho unikeza ngenye indlela noma lapho uMlinganisi ehlala nebandla, ngaloko isigana se-10 somthetho sizawusebenza.
Ekutholeni umbiko ngaphansi kwesigatshana so-1, uMlinganisi angenza uphenyo olusemthethweni.
b Umuntu omiswe kusigaba a kanye nomuntu omsizayo angabiza ofakazi bese enza ukuphenya ngendlela ebekiwe.
Ekupheleni kophenyo ngaphansi kwesigaba se-3 umuntu ozobe engusihlalo kumele afake umbiko wakhe obhaliwe ngokuphathelene naloku kuMlinganisi.
a ngazo zonke izikhathi ukungena kunoma yiyiphi indawo lapho kwenziwa khona noma yimuphi umsebenzi ophathelene nogesi ukuhlola lo mseebnzi, izisestehnziswa, imishini, izincwadi, ama-akhawunti nanoma yimiphi eminye imibhalo ephathelene nogesi etholakala lapho; kanye b nokudinga yinoma yimuphi umuntu okudingeka yukuba anikeze uMlinganisi ulwazi olunje, ukubuyiselwa noma eminye imininingwane njengoba kungadingeka ukuze kusetshenziswe uMthetho ngemfanelo.
Umlinganisi angadinga ukuthi ulwazi olulungile noma yiluphi, okubuyiswayo noma umniningwane onikezwe ngaphansi kwesigatshana so-1 kuqiniswe ngokufungelwa noma ngokunikeza imvume ngokusemthethweni.
Umuntui onikezwe amandla nguMlinganisi kumele ngokucela abonise ubuphathimandla bakhe.
ukunikezela ukubamba iqhaza kwesigaba sangasese.
b angahambisa isiphetho sesivumelwano sokuthenga nokuthengisa amandla ngaphakathi komenzi kanye nomthengi walowo gesi.
a nabanamalayisense b abantu abanje abanothando njengoba kudingeka, enze mihlahlandlela kanye namakhodi okushicilela, noma enze imithetho ngesaziso kuGazethi.
f noma yikuphi okunye okuncane noma indaba yokuphatha okudingeka ukuthi kwenziwe umthetho wokusebenzisa lo Mtheho ngemfanelo.
a axhumane noMlinganisi; kanye b nokumema imibono yomphakathi ngezimiso eziphakanyisiwe.
Noma yini okwenziwe NguMthetho Wokulinganisi Ugesi Kazwelonke ka-1987, ngaphambi kokuqalisa kwalo Mthetho kwenziwe ngokulandela lo Mthetho.
c Izimo ezibekwe ngokunikeza amanye amalayisesne anikezwe ngaphansi kwesigaba bokungeke kuhlonishwe kuzicelo zabo kunalezo zelayisense abayifunayo.
UNgqongqoshe angakwazi emva kokuxhumana noMlinganisi nanoma yimuphi umuntu ongatheleleka, aguqule iSheduli ye-2 ngesaziso ku-Gazethi.
Lo mthetho ubizwa Umthetho Wokulinganis Ugesi ka-2005, futhi uqalisa ukusebenza ngosuku olugxiliswe nguMongameli ngokumememzela kuGazethi.
Umthetho wokuqala ngamandla wavunywa yiPhalamende ngo-1998, ubonisa izidingo nezinzuzo zokuhanjswa ngemfanelo kwezimboni zamandla kubo bonke baseNingizimu Afrika. Ugesi ngowokuthathu kwamandla futhi kunesidingo somthetho wokulungisa loku namagunya abahlanganyeli kumboni. Uhulumeni uzimisele ukubeka phambili ukusebenza kwezimboni ukukhulisa amandla okwenza ukuthola ugesi owanele, othembekayo nonentengo ephansi ukusiza Bantu nezimboni eNingizimu Afrika.
inhlosongqangi yomthethosivivnywaukumisa igunya le-NER ngokuphathelene nezimboni zikagesi, okwamalayisense, ukubekwa kwamatherifu, amazinga nemithetho kubasebenzisi kuzimboni zikagesi.
Umthethosivivinywa unikeza okucacile kohlaka lomthetho wokuveza, ukudlulisa nokunikezela ugesi kubantu , imiphakathi nesigaba samabhizinisi.
Umthethosivivinywa unikeza ukuniswa ukuvezwa kukagesi wabantu bangasese.
Unikeza izinqubo nezinhlawulo zokungalandeli umthetho namazinga. Nezindaba zamalayisense, nendlea yokulamula izingxabano inikeza noNgqongqoshe ithuba lokungenekla uma kunesidingo.
Umthethosivivinywa washicilelwa kuGazethi kaHulumeni kanye nakuwebhusayidi yoMnyago Wamandla Nezimbiwa ukuze abahlanganyeli banikeze imibono. Imihlangano yokuxhumana yenziwa neminyango kahulumeni ehlukile kuzwelonke kanyenabahlanganyeli abafanele.
Ayikho. INER isimisiwe umthethosivivinywa ubeka obala nje imisebenzi yayo ngokuphathelene nezimboni zikagesi.
